lesson 30 Bible study!!
Listen now
Description
Learn isiZulu Lesson 30 Bible study NEW INTERNATIONAL VERSION and NEW KING JAMES VERSION Revelation 22:21 Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nani nonke. Amen. May the grace of our Lord Jesus Christ be with you all Amen Genesis 1:1 Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba. In the beginning God created the heavens and the earth. (NIV) John 3:16 Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade. For God so loved the world, that he gave his only begotten Son, that whosoever believeth in him should not perish, but have everlasting life (KJV) John 1:1 Ekuqaleni wayekhona uLizwi, uLizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu. In the beginning was the Word, and the Word was with God, and the Word was God. (NIV) Matthew 28:19 ngalokho hambani nenze izizwe zonke abafundi, nibabhapathize egameni likaYise neleNdodana nelikaMoya oNgcwele, Go ye therefore, and teach all nations, baptizing them in the name of the Father, and of the Son, and of the Holy Ghost (KJV) Psalms 23:1-4 Ujehova ungumelusi wami, angiyikeswela. Uyangilalisa emadlelweni aluhlaza, uyangiyisa ngasemanzini okuphuma, Ubuyisa umphefumulo wami, uyangihola ezindleleni zokulunga ngenxa yegama lakhe, Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa, angesabi okubi, ngokuba wena unami, intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza. The LORD is my shepherd; I shall not want. 2: He maketh me to lie down in green pastures: he leadeth me beside the still waters. 3: He restoreth my soul: he leadeth me in the paths of righteousness for his name's sake. 4: Yea, though I walk through the valley of the shadow of death, I will fear no evil: for thou art with me; thy rod and thy staff they comfort me. [email protected] visit http://isizulu.net/
More Episodes
Published 02/08/11
Published 02/08/11
lokhu la lokhu~ this and that
Published 07/23/10